Izithakazelo zakwaVilakazi

Binda!

Mphephethwa!

Wena kaGama

Matshinga waseMaphephetheni

Ogwaz’ aze ame ngeklwa

UNgwevu noNgwavuma

Nina baseNgwede naseNgwavuma

Sihlase!

Owadl’ umkadadewabo

Wath’ akananyongo

Wath’ akanamehlo

Umhlehlo sibhabhakazane

Read more …

No comments yet.

Leave a Reply