Izithakazelo ZakwaNzama

Chamane!

Wosiyana!

Nina bakwaNombhoco

Enawela ngezibuk’ elibanzi

Abafokazana basala becosh’ izindondo

Nina bakhandi bemkhonto.

Nzama kaZukula

Mfazi kashaywa ngemvubu

Ushaywa ngombhombolo wesidwaba

Mashumi kaLukhele

Gcugcwa kaNcameni

Owabonwa uShaka

Kanti naye bazombon’ oMhlangana

Read more …

, , ,

No comments yet.

Leave a Reply