Izithakazelo ZakwaNxumalo

Mkhatshwa

Zwide kaLanga!

Soshangase kSothandose

Ndwandwe waseGudunkomo

Nina bakaMneme

Nina bakaMashesh’ afike kuMashobana

Nina bakwaNkokhel’ abantu

Behlatshwa njengezinkomo

UNozinyang engafiki

Nina bakaNonhongoza

Mnguni ongafiki ngomkhonto

Nogwaza be ngahlonyulwa

Sandla sivik umkhonto njengehawu

Kukhal’ indoda namadojeyana

Wena Ndwandwe ogwaze indoda wayishi ifile

Langa!

By: Mbusiswa Zuma

One Response to Izithakazelo ZakwaNxumalo

  1. nhlanhla sdinane gabavu nxumalo 24/03/2015 at 10:47 pm #

    zwide nawe usaKHUMBULEKA ,NKOSI YETHU,,SIBONGE MFOKA MSHOLOZI NGOKUSICHATHEKELA

Leave a Reply